Uhezekeli 1:20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Lapho umoya wayethanda ukuya khona, aya khona, yebo, lapho umoya wayethanda khona; namasondo aphakanyiswa kanye nazo, ngokuba umoya wezidalwa wayesemasondweni.

Uhezekeli 1

Uhezekeli 1:17-28