Uhabakuki 2:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Ngiyakuma endaweni yami yokulinda,ngigcule enqabeni,ngikhangele ukubona ukuthi uyakukhulumani kiminokuthi ngiyakuphendulani ngokusola kwami.

2. UJehova wangiphendula wathi:“Wulobe umbono,uwuqophe ezibhebheni ukuba kufundwe kalula.

3. Ngokuba umbono usengowesikhathi esimisiweyo;uphuthuma ekupheleni, awuyikukhohlisa;noma ulibala, wulindele,ngokuba uyakufika nokufika,awuyikwephuza.

Uhabakuki 2