Ugenesise 8:4-7 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Ngenyanga yesikhombisa ngosuku lweshumi nesikhombisa enyangeni umkhumbi wema ezintabeni zase-Ararati.

5. Amanzi ancipha njalonjalo, kwaze kwaba senyangeni yeshumi. Ngeyeshumi ngolokuqala lwenyanga iziqongo zezintaba zabonakala.

6. Kwathi emva kwezinsuku ezingamashumi amane uNowa wavula ifasitele lomkhumbi abelenzile.

7. Wathuma igwababa, lazulazula njalo, aze asha amanzi emhlabeni.

Ugenesise 8