Izibusiso zikayihlo zinamandlakunezibusiso zawokhokho bami,kuze kube semkhawulweni wokugcina wezintaba ezimiyo;ziyakuba phezu kwekhanda likaJosefa phakade,nasokhakhayini lwakhe owahlukaniswa nabafowabo.