Ugenesise 45:1 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Khona uJosefa wayengasenakuzibamba phambi kwabo bonke ababemi naye, wakhala wathi: “Phumisani kimi abantu bonke.” Kwakungemi muntu naye, uJosefa esazazisa kubafowabo.

Ugenesise 45

Ugenesise 45:1-9