Ugenesise 40:6-8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

6. UJosefa wangena kubo ekuseni, wabona ukuthi badabukile.

7. Wayesebuza izinceku zikaFaro ezazinaye zilindwe endlini yenkosi yakhe, ethi: “Ubuso benu budabukeleni namuhla na?”

8. Bathi kuye: “Siphuphe iphupho, akakho ongalichaza.”UJosefa wathi kubo: “Ukuchaza akusikho okukaNkulunkulu na? Ake ningilandise lona.”

Ugenesise 40