Ugenesise 30:5-7 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

5. UBiliha wakhulelwa, wamzalela uJakobe indodana.

6. Wayesethi uRaheli: “UNkulunkulu ungahlulele, futhi wezwa izwi lami: wangipha indodana,” ngalokho waqamba igama layo ngokuthi uDani.

7. UBiliha incekukazi kaRaheli wabuye wakhulelwa, wamzalela uJakobe indodana yesibili.

Ugenesise 30