Ugenesise 30:10-12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

10. UZilipa incekukazi kaLeya wamzalela uJakobe indodana.

11. ULeya wayesethi: “Kwenziwe inhlanhla,” waqamba igama layo ngokuthi uGadi.

12. UZilipa incekukazi kaLeya wamzalela indodana yesibili.

Ugenesise 30