Ugenesise 28:7-9 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

7. nokuthi uJakobe walalela uyise nonina, waya ePhadani Aramu,

8. khona u-Esawu wabona ukuthi amadodakazi aseKhanani mabi emehlweni ka-Isaka uyise,

9. waya ku-Ishmayeli, wathatha uMahalati indodakazi ka-Ishmayeli indodana ka-Abrahama, udadewabo kaNebayoti, abe ngumkakhe kanye nabafazi ayesenabo.

Ugenesise 28