Ugenesise 27:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kwathi u-Isaka esemdala namehlo akhe efiphele engasaboni, wabiza u-Esawu indodana yakhe enkulu, wathi kuye: “Ndodana yami!”Wathi kuye: “Ngilapha.”

2. Wayesethi: “Bheka, sengimdala, angilwazi usuku lokufa kwami.

Ugenesise 27