Ugenesise 23:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Ukuhamba kukaSara kwaba yiminyaka eyikhulu namashumi amabili nesikhombisa; yileyo iminyaka yokuhamba kukaSara.

2. USara wafela eKiriyati Araba okuyiHebroni ezweni laseKhanani; u-Abrahama wafika ukumlilela uSara nokumkhalela.

3. U-Abrahama wasuka kofileyo wakhe, wakhuluma nabantwana bakwaHeti, wathi:

Ugenesise 23