Uduteronomi 28:42-44 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

42. Yonke imithi yakho nezithelo zomhlabathi wakho kuyakudliwa yisikhonyane.

43. “Umfokazi ophakathi kwakho uyakuphakama phezu kwakho njalonjalo, wena wehle njalonjalo.

44. Uyakukutsheleka wena, awuyikumtsheleka yena; yena uyakuba yinhloko, wena ube ngumsila.

Uduteronomi 28