Udaniyeli 6:24 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Inkosi yayaleza, alethwa lawo madoda ayemangalele uDaniyeli, aphonswa emphandwini wezingonyama, wona nabantwana bawo, nawomkawo; izingonyama zatheleka phezu kwabo, zachoboza amathambo abo, bengakafinyeleli phansi emphandwini.

Udaniyeli 6

Udaniyeli 6:15-25