Udaniyeli 1:20-21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. Ezintweni zonke zokuhlakanipha nezokuqonda inkosi eyayibabuza ngazo yabafumanisa bedlula kayishumi zonke izanusi nabathwebulayo ababesembusweni wayo wonke.

21. UDaniyeli wayekhona kwaze kwaba ngumnyaka wokuqala kaKoresi inkosi.

Udaniyeli 1