U-Obadiya 1:19-21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. Abaseningizimu bayakudla ifa lentaba yakwa-Esawu,nabasehlanzeni ifa lamaFilisti,badle ifa lezwe lakwa-Efrayimi nezwe laseSamariya,uBenjamini adle iGileyadi.

20. Abathunjwa bale mpi yabantwana bakwa-Israyeliabaphakathi kwamaKhanani kuze kube seSarefatinabathunjwa baseJerusalema abaseSefaradibayakudla ifa lemizi yaseningizimu.

21. Abasindisi bayakukhuphukela entabeni yaseSiyoniukuyakwahlulela intaba yakwa-Esawu,umbuso besewuba ngokaJehova.

U-Obadiya 1