10. Phumani, niphume ngamasango,niyilungise indlela yabantu;hlelani, niwuhlele umendo,niwakhiphe amatshe;niphakamisele izizwe ibhanela.*
11. Bhekani, uJehova uyezwakalakuze kube sekugcineni komhlaba, ethi:“Yishoni kuyo indodakazi yaseSiyoni ukuthi:‘Bheka, insindiso yakho iyeza.Bheka, umvuzo wakhe unawo,nenkokhelo yakhe iphambi kobuso bakhe.’ ”
12. Bayakubizwa ngokuthi abantu abangcwele,abahlengiweyo bakaJehova;wena uyakuthiwa Ofuniweyo,uMuzi Ongashiyiwe.