1. Ngenxa yeSiyoni angiyikuthula,nangenxa yeJerusalema angiyikuphumula,ukulunga kwalo kungakaphumi njengokukhanyanokusindiswa kwalo njengesibani esivuthayo.
2. Izizwe ziyakubona ukulunga kwakho,namakhosi onke inkazimulo yakho;uyakubizwa ngegama elishaeliyakunqunywa ngumlomo kaJehova.