Njengokwenza kwabo,kanjalo uyakubaphindisela:ukufutheka kuzo izitha zakhe,nokwenza kwabo kwabamelene naye,abuyisele eziqhingini izenzo zazo.