U-Isaya 54:8-11 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

8. Ngentukuthelo echichimayongabusitheza ubuso bami kuwe isikhashana,kepha ngomusa ongapheliyo ngiyakukuhawukela,”usho uJehova uMhlengi wakho.

9. “Ngokuba lokhu kunjengezinsuku zikaNowa kimi,ngokuba njengalokho ngafungaukuthi amanzi kaNowa awayikube esadlula emhlabeni,kanjalo sengifungile ukuthi angisayikukuthukuthelela,ngikusole.

10. Yebo, izintaba zingamuka, namagquma angasuswa,kepha umusa wami awuyikumuka kuwe,nesivumelwano sami sokuthula asiyikususwa,”usho uJehova okuhawukelayo.

11. “Wena ohluphekayo,ohlukunyeziwe ungaduduzwanga,bheka, ngiyakufaka amatshe akho abe mahle,ngizibeke izisekelo zakho ngamasafire.*

U-Isaya 54