Ngalokho indawo yabafileyo yandisile isifiso sayo,yavula umlomo wayo ngokungalinganiswayo;kwehlela kuyo amakhosi abo, nesixuku sabo esixokozelayo,kanye nabajabulayo phakathi kwabo.