Noma kunjalo, uJehova uthi:“Yebo, abathunjwa bamaqhawe bangasuswa,nempango yabacindezeli iyakophulwa,kepha mina ngiyakulwa naye olwa nawe,ngisindise abantwana bakho.