22. “Phendukelani kini, nisindiswe,nonke nina majukujuku omhlaba,ngokuba nginguNkulunkulu,akakho omunye.
23. Ngizifungile mina,kuphumile izwi emlonyeni wami ngokulunga,aliyikubuya,lokuthi: Kimina ayakuguqa onke amadolo,nezilimi zonke ziyakufunga.
24. Kuyakuthiwa:‘KuJehova kuphelanginokulunga namandla.’ ”Bayakufika kuye,bajabhe bonke abamvuthelayo.
25. KuJehova yonke inzalo kaJakobe yakwa-Israyeliiyakulungisiswa, ibe nodumo.