U-Isaya 43:17-19 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

17. okhipha izinqola namahhashi,impi namandla;kuyalala kanyekanye, akusenakuvuka;kucishile, kucinyiwe njengomongo.

18. “Ningakhumbuli izinto zakuqala,ningazindli ngezindaba zasendulo.

19. Bhekani, ngiyakwenza okusha;kuyakuqhamuka manje,angithi niyakwazi na?Yebo, ngiyakwenza indlela ehlanenemifula kwahlongasibi.

U-Isaya 43