Kepha laba bangabantu abaphangiweyo nabamukiweyo;bonke bacushiwe emigodini,bafihliwe ematilongweni;bangabokuphangwa,akakho obophulayo,yebo, bayimpango,kungekho oshoyo ukuthi: “Buyisa.”