UJehova uyaphuma njengeqhawe;njengendoda yempi uyavusa ukushisekela kwakhe;uyakhala, yebo, uyabangalasa,enze ubuqhawe phezu kwezitha zakhe.