16. Nkosi, abantu baphila ngalokho,nokuphila komoya wami kukulokho kuphelele;ngalokho mawungiphulukise, ungiphilise.
17. Bheka,kwakungokuhle kimi ukuthi nganginomunyu;wena wawuthanda umphefumulo wami,waze waphuma egodini lokubhujiswa,ngokuba uzilahlile nyovane zonke izono zami.
18. Ngokuba indawo yabafileyo ayikubongi,nokufa akukudumisi;abehlela egodini ababheki ukuthembeka kwakho.
19. Abaphilayo,abaphilayo bayakubonga njengami namuhla;uyise uyabazisa abantwana ukuthembeka kwakho.
20. UJehova uyakungisindisa;ngalokho siyakubetha ngezingubhu ezinezintambozonke izinsuku zokuhamba kwethu endlini kaJehova.