U-Isaya 32:10-12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

10. Ezinsukwini ezidlula umnyaka niyakuhlushwanina besifazane abazethembayo,ngokuba ukuvuna kwemivini kuyakuphela,nokubutha akuyikufika.

11. Qhaqhazelani nina besifazane abazinzileyo,nihlupheke nina enizethembayo;khumulani nizenze nqunu,nibhince indwangu yamasaka ezinkalweni zenu.

12. Zishayeni esifubeningenxa yamasimu amahle nemivini ethelayo.

U-Isaya 32