Abantu abaningi bayakuhamba, bathi:“Wozani sikhuphukele entabeni kaJehovaendlini kaNkulunkulu kaJakobe;uyakusifundisa izindlela zakhe,sihambe emikhondweni yakhe,”ngokuba umthetho uyakuvela eSiyoni,nezwi likaJehova eJerusalema.