Izizwe ziyaxokozela njengokuxokozela kwamanzi amaningi,kodwa uyakuzisola, zibalekele kude,zixoshwe njengamakhoba asezintabeni phambi komoya,nothuli olushwilayo phambi kwesiphepho.