1. Isiprofetho ngeDamaseku.“IDamaseku liyakususwa,lingabe lisaba ngumuzi,libe yinxiwa nencithakalo
2. eshiyiwe kuze kube phakade,neyakuba ngeyemihlambi ebuthisa khona,ingesatshiswa muntu.
3. Inqaba iyakuphela kwa-Efrayimi,nombuso eDamaseku,nensali e-Aramu,kube njengodumo lwabantwana bakwa-Israyeli,”usho uJehova Sebawoti.