Abantu bayakubathatha,babayise ezindaweni zabo;indlu yakwa-Israyeli iyakubenza ifa ezweni likaJehova,babe yizinceku nezincekukazi,babathumbe labo abakade bethunjiwe yibo,babuse phezu kwabacindezeli babo.