Ngokuba uthi:“Ngamandla esandla sami ngikwenzile,nangokuhlakanipha kwami,ngokuba nginokuqonda;ngisusile imikhawulo yezizwe,ngiphangile ingcebo yazo,njengesiqhwaga ngawisa phansi abakhileyo khona.