U-Ezra 4:23 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Lapho impinda yencwadi yenkosi u-Aritahishashita isifundiwe phambi kwawoRehumi noShimshayi umbhali nabangane babo, bashesha baya eJerusalema kubaJuda, babathiya ngezikhwepha nangamandla.

U-Ezra 4

U-Ezra 4:19-24