U-Ezra 2:16-20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

16. abantwana bakwa-Atheri kaHezekiya: ngamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalombili;

17. abantwana bakwaBesayi: ngamakhulu amathathu namashumi amabili nantathu;

18. abantwana bakwaJora: yikhulu neshumi nambili;

19. abantwana bakwaHashumi: ngamakhulu amabili namashumi amabili nantathu;

20. abantwana bakwaGibari: ngamashumi ayisishiyagalolunye nanhlanu;

U-Ezra 2