U-Ezra 10:39-44 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

39. noShelemiya, noNathani, no-Adaya,

40. noMakenadebayi, noShashayi, noSharayi,

41. no-Azareli, noShelemiya, noShemariya,

42. noShalumi, no-Amariya, noJosefa.

43. Kumadodana kaNebo: ngoJehiyeli, noMatithiya, noZabadi, noSebina, no-Ido, noJoweli, noBenaya.

44. Bonke labo babethathe abesifazane babezizwe; kwakukhona phakathi kwabo abesifazane ababezele abantwana.

U-Ezra 10