U-Eksodusi 25:2-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuba bangithabathele umnikelo; kubo bonke abantu abanhliziyo zabo zivuma anothabatha umnikelo wami.

3. Yilo umnikelo eniyakuwuthabatha kubo: igolide, nesiliva, nethusi,

4. nokuluhlaza, nokububende, nokubomvu, nelineni elicolekileyo, noboya bezimbuzi,

U-Eksodusi 25