Ngayibona iNkosi imi ngase-altare, yathi:“Shaya izihloko zezinsika,ukuze imigulugulu izamazame,uzaphule phezu kwamakhanda abo bonke;abaseleyo babo ngiyakubabulala ngenkemba;obalekayo kubo akayikubaleka,nophunyukayo kubo akayikuphunyuka.