“Bhekani, izinsuku ziyeza,” isho iNkosi uJehova,“lapho ngiyakuthuma indlala ezweni,kungabi yindlala yezinkwa,kungabi ngukomela amanzi,kepha kube ngeyokuzwa amazwi kaJehova.