Ngokuba bheka, owabumba izintaba,nowawudala umoya,otshela umuntu umqondo wakhe,owenza ukusa kube ngubumnyama,onyathela ezindaweni eziphakemeyo zomhlaba,igama lakhe linguJehova,uNkulunkulu Sebawoti.