Ngokukamathewu 7:28-29 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

28. Kwathi uJesu eseqedile lawo mazwi, izixuku zamangala ngokufundisa kwakhe;

29. ngokuba wayebafundisa njengonamandla, kungenjengababhali babo.

Ngokukamathewu 7