Ngokukamathewu 7:27-29 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

27. Layithela imvula, kwafika izikhukhula, kwavunguza imimoya, yayishaya leyo ndlu, yawa, kwaba kukhulu ukuwa kwayo!”

28. Kwathi uJesu eseqedile lawo mazwi, izixuku zamangala ngokufundisa kwakhe;

29. ngokuba wayebafundisa njengonamandla, kungenjengababhali babo.

Ngokukamathewu 7