Ngokukamathewu 7:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. “Ningahluleli ukuba ningahlulelwa.

2. Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho nani niyakwahlulelwa ngakho, nangaleso silinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.

3. “Ubhekelani ucezwana olusesweni lomfowenu, kepha ugongolo olusesweni lakho awuluboni, na?

Ngokukamathewu 7