Ngokukamathewu 28:15-18 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. Ayeseyithatha imali, enza njengokufundiswa kwawo. Leli zwi landa phakathi kwabaJuda kuze kube namuhla.

16. Kepha abafundi abayishumi nanye baya eGalile kuleyo ntaba uJesu ayebayalele yona;

17. sebembona bakhuleka kuye, kepha abanye bangabaza.

18. UJesu wasondela, wakhuluma kubo, wathi: “Ngiphiwe amandla onke ezulwini nasemhlabeni;

Ngokukamathewu 28