Ngokukamathewu 26:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kwathi uJesu eseqedile onke lawo mazwi, wathi kubafundi bakhe:

2. “Niyazi ukuthi emva kwezinsuku ezimbili kuyiPhasika; iNdodana yomuntu izakukhashelwa ukuba ibethelwe esiphambanweni.”

3. Khona kwabuthana abapristi abakhulu namalunga esizwe egcekeni lompristi omkhulu othiwa uKayafase.

Ngokukamathewu 26