Ngokukamathewu 25:1-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. “Khona umbuso wezulu uzakufaniswa nezintombi eziyishumi ezathatha izibani zazo, zaphuma ukuyohlangabeza umyeni.

2. Kepha eziyisihlanu kuzo zaziyiziwula, neziyisihlanu zazihlakaniphile.

3. Ngokuba eziyiziwula zithatha izibani kaziwaphathanga amafutha.

4. Kodwa ezihlakaniphileyo zaphatha amafutha ezitsheni kanye nezibani zazo.

5. Umyeni esalibele, zozela zonke, zalala.

Ngokukamathewu 25