Ngokukamathewu 24:9-12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

9. “Lapho-ke bayakunikhaphela osizini, banibulale; niyakuzondwa yizizwe zonke ngenxa yegama lami.

10. Khona-ke abaningi bayakukhubeka, bakhaphelane, bazondane.

11. Kuyakuvela abaprofethi bamanga abaningi, badukise abaningi.

12. Ngenxa yokwanda kokubi kuzakuphola uthando lwabaningi.

Ngokukamathewu 24