Ngokukamathewu 20:32-34 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

32. UJesu wema, wazibiza wathi: “Nifuna ukuba nginenzeleni na?”

33. Zathi kuye: “Nkosi, ukuba amehlo ethu avuleke.”

34. UJesu waba nesihe, waphatha amehlo azo; zase zibona masinyane, zamlandela.

Ngokukamathewu 20