Ngokukamathewu 19:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kwathi uJesu eseqedile lawo mazwi, wamuka eGalile, weza emikhawulweni yaseJudiya phesheya kweJordani.

2. Izixuku ezinkulu zamlandela, waziphulukisa khona.

3. Kwase kusondela kuye abaFarisi, bamlinga bathi: “Kuvunyelwe yini ukuba indoda ilahle umkayo noma ngaliphi icala na?”

4. Waphendula, wathi kubo: “Anifundanga yini ukuthi owadala ekuqaleni wabenza owesilisa nowesifazane,

Ngokukamathewu 19