Ngokukamathewu 13:56-58 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

56. Nawodadewabo abakho yini bonke lapha kithi na? Pho, lo ukuthathaphi konke lokhu na?”

57. Bakhubeka ngaye.Kepha uJesu wathi kubo: “Umprofethi kadelelwa ngaphandle kwasezweni lakubo nasendlini yakwabo.”

58. Akenzanga lapho imisebenzi eminingi yamandla ngenxa yokungakholwa kwabo.

Ngokukamathewu 13