Ngokukamathewu 13:24-26 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

24. Omunye umfanekiso wawubeka kubo, wathi: “Umbuso wezulu ufaniswa nomuntu owahlwanyela imbewu enhle ensimini yakhe;

25. kepha abantu besalele, kwafika isitha sakhe, sahlwanyela ukhula phakathi kwamabele, samuka.

26. Kwathi ukuba likhule ikhaba, kuthele isithelo, khona kwabonakala nokhula.

Ngokukamathewu 13